Ishonile ingane, 2, eminze kwi-Swimming Pool

2016-12-13 18:04

Pietermaritzburg - Intombazanyana eniminyaka emibili ubudala egwilize kwi-Swimming Pool ekhaya ePietermaritzburg.

Lokhu kwenzeke ekuseni ngoLwesibili kanti ingane ibonwe omunye wamalungu omndeni isintanta emanzini.

Leli lungu lomndeni liphuthume layikhipha emanzini ingane kwabizwa nabosizo lokuqala abafike ngokuphazima kweso.

OLUNYE UDABA:Kugwilize ababili bethungatha ubucwebe emapayipini eThekwini

Ngokwemibiko yabezimo eziphuthumayo, bafike endaweni yesigameko ingane isishonile.

"Abosizo lokuqala bafike kanye namaphoyisa nabatakuli ekuseni ngo-11:15 kodwa bezingekho izimpawo zokuthi ingane isaphila."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.