Ishonile ingane, 5, eshaywe yizulu

2016-08-02 16:00

Currituck - Umndeni waseNorth Carolina usosizini kulandela ukushona kwendodana yawo eshone idlala olwandle kuduma izulu.

Isikhulumi sabeCurrituck Fire and EMS sithe isigameko senzeke ngeSonto ngezithuba zabo-16:00.

OLUNYE UDABA: Umbani ubulale ababili KwaZulu Natal

Ngokophenyo lwamaphoyisa lo mfana nomndeni wakhe bnebelungiselela ukubuyela emotweni yabo ngemuva kosuku abebeluchithele olwndle iCarova Beach ngesikhathi izulu liqala ukuduma.

Ngesikhathi lo mfana nobaba wakhe bengena emotweni umfana ushaywe wumbani. Ingane yasha yabe isithula.

Ngemuva kombani umndeni walo mfana uthathe ingane wayifaka emotweni beyohlangana ne-ambulensi bude buduze nolwandle.

Ingane ingeniswe esibhedlela iSetara Princess Anne eVirginia Beach la ahlonzwe khona njengoshonileyo, kubika iwwww.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.