Ishonile ingane eminze e-swimming pool

2018-05-06 09:32

Durban - Kugwilize umfana oneminyaka engu-5 ubudala emzini okuMelrose Avenue eThekwini ngoMgqibelo.

UKyle van Reenen weCrisis Medical, uthe abosizo lokuqala bafike kulo muzi ngemuva kwezithuba zabo-13:00 bathola umfana esesimeni esibi.

Uthe umbiko uveze ukuthi le ngane itholwe isithule eswimming pool.

OLUNYE UDABA:Kugwilize kwashona ingane ku-swimming pool ePMB

"Kuphele ihora kwenziwa imizamo eyahlukene yokuyihlenga kodwa leyo mizamo ayizange iphumelele," usho njalo.

UVan Reenen uthe kukholakala ukuthi le ngane ibiphelezele ubaba wayo eeya emsebenzini.

Isigameko sidluliselwe emaphiyiseni ukuze ezophenya.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.