Ishonile ingane eshaywe indlovu ngetshe eZoo

2016-07-28 20:32

Morocco - Intombazane, 7, ishonile ngemuva kokuthi ishaywe itshe elijikijelwe indlovu eZoo, eMorocco.

Le ndlovu ibingale kwefenisi ngesikhathi ijikijele letshe elishaye lentombazane, kubika iBBC News.

Ngokusho kwesitatimende se-Zoo, le ntombazane iphuthunyiswe esibhedlela kodwa ngeshwa ishone ngemuva kwamahora ambalwa.

OLUNYE UDABA:Indlovu ibulale obezama ukushutha nayo

UPhyllis Lee ongusosayensi uthi akujwayelekile ukuthi izindlovu ziphonse izinto ezifana namatshe noma amagatsha ziqondise entweni ethile noma emuntwini.

“Lokhu kwenzeka kuphela uma indlovu isicekile noma inesithukuthezi. Ngokubona kwami, angicabangi ukuthi le ndlovu ibihlose ukushaya le ntombazane,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.