Ishonile ingane,2, ngemuva kokuphuza ushevu

2016-11-04 16:00

Kanyamazane – Amaphoyisa akaNyamazane aphenya ngokushona kwengane eneminyaka emibili ephuze ushevu.

Kuthiwa umndeni awuzange ubikele amaphoyisa ngalesi sigameko kodwa balale usuku lonke ngesidumbu baze babika ngosuku olulandelayo.

Kuthiwa le ngane iphuze ushevu ngeSonto ngo-17h00 kodwa amaphoyisa abizwe ngoMsombuluko ngo-9 ekuseni.

OLUNYE UDABA:Udlise izingane ushevu ongafuni ukwamukelwa ukwaliwa yintombi

Kuthiwa le ngane ithathi ibhodlela ebelinoshevu laphuza licabanga ukuthi kukhona ujusi phakathi.

Umama wengane uqale ukusola ukuthi kukhona okubi ngesikhathi ingane ikhwehlela ingaqedi, kubika iMpumalanga News.

“Ibinuka ushevu ingane, bazamile ukuyiphuzisa ubisi ngaphambi kokuyiphuthumisa kudokotela okutholakale ukuthi ishone sebefika kudokotela.

Lo mndeni ubudidekile ungazi nokuthi wenzenjani, yingakho babuyele ekhaya nengane bahlala nesidumbu ubusuku bonke,”kuchaza uConst Ncobile Mnisi, okhulumela amaphoyisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.