Ishonile intombazane, 4, ngemuva kokudlwengulwa

2017-06-05 19:33

Blantyre – Intombazane eneminyaka emine ubudala kuthiwa ishone ngemuva kokudlwengulwa ngesihluku owesilisa oneminyaka engu-21 ubudala.

Ngokubika kweMalawi24 lokhu kwenzeke endaweni yaseChiradzulu kanti intombazane ifike yashonela esibhedlela.

Kuthiwa lesi sigameko senzeke ngesikhathi intombazane iyokha amanzi ithunywe wugogo wayo ihamba nodadewabo oneminyaka eyisikhombisa ubudala.

OLUNYE UDABA:Ugwetshwe udilikajele owagwaza wabulala umkakhe etekisini

Esebuyela ekhaya, lawa mantombazane ahlangane nomsolwa uGift Eraton ofike wagxavuna le ngane ngengalo wayifaka ehlathini nokuyilapho ayidlwengulele khona.

Umsolwa kuthiwa ube eseyishiya ehlathini iqulekile ingane kanti udadewabo ukwazile ukuphunyuka yawobikela ugogo nomphakathi.

Le ntombazane itholakale iqulekile ehlathini yaphuthunyiswa esibhedlela, lapho okufike kwaqinisekiswa ukuthi isishonile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Audit Senior / Bookkeeper to Trial Balance

Cape Town Southern Suburbs
Placement Point (Pty) Ltd
R15 000.00 - R21 000.00 Per Month

Key Accounts - IT

Bellville
Southern Shore Recruitment
R15 000.00 - R25 000.00 Per Month

Sales Representative- Knysna

George - Knysna
George Employment Consultants
R15 000.00 Per Month Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.