Isidaluliwe imali efunwa uPienaar uma ebuyela ku-PSL

2016-07-07 16:02

Johannesburg – I-Orlando Pirates neMamelodi Sundowns kuzodingeka ukuthi bakhiphe izizumbulu uma befuna ukuthola uSteven Pienaar.

Lo mdlali owake wagijima kuBafana Bafana uyamaniswa namaqembu adlala ku-PSL kulandela ukudedelwa yiqembu abelidlalela i-Everton, kubika iSoccer Laduma.

UPienaar wake waveza ngaphambilini ukuthi angathanda ukuphothula ibhola lakhe kuleli, wathi futhi kungamthokozisa ukudlalela iPirates noma i-Ajax Cape Town.

OLUNYE UDABA: ‘Ziyaqhubeka izingxoxo zokuthi sithole uPienaar’

USihlalo wamaBhakabhaka u-Irvin Khoza waphumela obala ngokuthi iqembu lizimisele ngokuthola uPienaar, kanti neSundowns nayo imgaqele.

Imithombo iveze ukuthi uPienaar uzimisele ngokwenza imali ephakathi kuka-R6 no-R8 million ngesizini uma ebuyela kuleli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.