Isidaluliwe imali uphethiloli ozokwehla ngayo

2016-07-29 17:30

Cape Town – Uzokwehla ngo-99 cents ilitha uphethiloli kusukela ngoLwesithathu oluzayo, kuthi udizili wona wehle ngo-73 no-74 cents ngokwezinhlobo zawo.

Lokhu kuvezwe uMnyango wezaMandla ngoLwesihlanu.

Kuvele ukuthi uphalafini wona uzokwehla ngemali ephakathi kuka-66 no-88 cents ilitha, kuya ngesikali.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke ukuba wehle uphethiloli ngenyanga ezayo

Igesi yona izokwehla ngo-160 cents ikhilo.

Lokhu kwehla kuyamaniswa namandla erandi athe ukunyuka uma kuqhathaniswa nezinye izinyanga.

I-Automobile Association ibivele iqagulile ngoLwesihlanu ekuseni ukuthi uphethiloli kungenzeka wehle ngemali elinganiselwa ku-R1.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.