Isifo iListeriosis sesibulale abantu abangu-172 kuleli - NICD

2018-02-22 19:29

Cape Town – Izibalo zakamuva zitshengisa ukuthi ukubheduka kwesifo i-listeriosis sekubulale abantu abangu-172 kanti zingu-915 izigameko zalesi sifo eziqinisekisiwe zabikwa kwiNational Institute of Communicable Diseases kusukela ngomhlaka-1 Januwari 2017.

Isifundazwe iGauteng sihamba phambili ngezigameko ezingu-59% ezibikiwe, ilandelwa yiWestern Cape (12%) neKwaZulu-Natal (7%), kusho i-NICD esitatimendeni ngoLwesine.

Lesi sibalo sabantu abashonile sitshengisa eseziguli i-NICD ekwazile ukuzilandelela, ngokusho kwenhloko yeCentre for Enteric Diseases, uDkt Gina Thomas.

"Lezi zigameko aziyona into entsha. Iningi lazo zaqinisekiswa maphakathi nonyaka ofile," kusho uThomas.

OLUNYE UDABA: Kushone owesifazane ozithwele ngenxa yesifo i-listeriosis

Ongoti base-NICD benza ucwaningo olukhethekile ukuzama ukuthola umsuka walesi sifo ngokushesha.

UThomas uthe uNgqongqoshe wezeMpilo uhlanganise ithimba elibandakanya abasebenzi boMnyango wezoLimo, amaHlathi nokuDoba kanye nowoHwebo neziMboni ukuba liqhube uphenyo.

"Leli thimba lenza ucwaningo ngokudla okuyamaniswa ne-listeriosis - okufana nenyama egayiwe kanye nemikhiqizo yobisi," kusho uThomas.

I-NICD ithi inethemba lokuthi uzotholakala umsuka walo bhedukane, yanxusa umphakathi ukuba ungangenwa ngamanzi emadolweni.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.