Isigebengu sibanjwe siyofuna usizo lwezempilo esibhedlela

2017-12-22 12:32

Johannesburg - Esinye sezigebengu ezibandakanyeka esigamekweni sokuphanga isitolo sobucwebe ePitoli ngoLwesine, sikhalelwe ngamasongo kaSigonyela siyofuna usizo lwezempilo eChris Hani Baragwanath Hospital, eGoli.

Kudaleke isiphithiphithi eGrove Mall ngoLwesine ngemuva kokuthi kugasele abaphangi esitolo esidayisa ubucwebe iFrancois Jewellers kanti ababuzanga elangeni, umnikazi wesitolo wahosha isibhamu wadubula ebhekise kula basolwa abebephakathi kwabayisihlanu nesikhombisa, kwadubuleka oyedwa.

Kuphihlizwe ingilazi ehlala ubucwebe, izigebengu zakwazi ukubaleka nobucwebe obungaziwa ukuthi bungakanani okwamanje.

OLUNYE UDABA: Umnikazi wesitolo udubule izigebengu enxanxatheleni yezitolo ePitoli

Okhulumela amaphoyisa uDaniel Mavimbela uthe indoda eneminyaka engu-29 ubudala ziyikhalele ngoLwesine ebusuku kulandela ukulunywa indlebe kwamaphoyisa wuphiko obeluvele lumehlomane luqaphe lo msolwa.

Lo msolwa ulashelwe ukuthola amanxeba okudutshulwa ngasesinqeni.

Ube esebekwa icala lokuphanga esebenzisa indluzula.

Kulindeleku ukuba avele eNkantolo yeMantshi yasePitoli kungekudala.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.