Isiguli sizinqume uqhoqhoqho esibhedlela

2016-07-18 20:31

Pretoria – Owesilisa, 31, wasePitoli uzibulalele esibhedlela esizimele iMidmed Hospital, esiseMiddelburg, eMpumalanga, kusho umbiko ngoMsombuluko.

Ngokusho kweMiddleburg Observer, uNkosinathi Mahlangu ubelashwa kulesi sibhedlela kulandela ukuphuka ingalo ngemuva kwengozi yemoto eyamvelela ngesonto eledlule.

Ngokusho komthombo, uMahlangu uzinqume uqhoqhoqho nge-razor.

OLUNYE UDABA: Isiguli sibulale esinye esibhedlela e-KZN

“Kuyasidumaza ukumemezela ukuthi isiguli sizibulale ngomhlaka-17 Julayi. Sikhalisana kakhulu nomndeni. Sizimisele ukubambisana nawo kulesi sikhathi esinzima,” kusho isitatimende sesibhedlela.

 Isibhedlela sithi lolu daba selubikiwe emaphoyiseni, njengokomthetho iNational Health Act.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.