Isigungu seDA eKapa siphakamise ukuba akhishwe esikhundleni uMeya

2018-01-10 12:31

Cape Town – Isigungu se-DA kuMasipala waseKapa sithathe isinqumo sokuphakamisa ukuba isigungu esiphezulu senhlangano simxoshe uPatricia De Lille esikhundleni sokuba yiMeya eKapa.

UGrant Twigg, ongumholi wesigungu seDA kulo masipala, uthe: “UPatricia De Lille ukasethenjwa yisigungu esiphezulu [seDA] kumasipala. Sibona ukuthi idolobha laseKapa lidinga uzinzo, ubumbano nokuba lisebenze ngendlela efanele – esikholelwa ukuthi uzokwehluleka ukukwenza.”

Izincomo zethu ngizizwakalisile ebuholini beqembu futhi nginethemba lokhuthi buzothatha isinyathelo ngokushesha, lenzele inhlangano.

OLUNYE UDABA: UMadonsela usishayela ihlombe isimemezelo sikaZuma

“Zonke izisebenzi zomphakathi kumele zibhekwe yizinhlangano zazo kanye nabavoti, ngakho njengobuholi benhlangano kudingeka siqinisekise ukuthi bonke esibathumile ukuba benze imisebenzi yomphakathi basebenzela abavoti kanye nenhlangano, abazisebenzeli bona," esho.

UTwigg uthi lesi sinqumo abasithathanga kalula kodwa basithathe ngemuva kokucubungula kahle.

Uphinde wathi isigungu se-DA ngeke sihambisane nesiphakamiso sikaDe Lille sentela yesomiso.

UDe Lille watshela iCape Argus ukuthi uzothathela iDA izinyathelo zomthetho uma inquma ukumkhipha esikhundleni.

- Cape Argus

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.