Isihlalele ovalweni eqothelwe umndeni

2016-08-15 17:34

Johannesburg - Indoda yaseGauteng ebulawele unkosikazi nezingane emzini wakhe oseLawley eningizimu neGoli uthi usehlalele ovalweni, isabela impilo yayo neyomndeni wayo wonke.

UBongani Dlamini, 47, usindile kulesi sigameko esenzeke ngempelasonto ngesikhathi oshayasibhamu befika emzini wakhe beqotha kwasani ngesibhamu.

OLUNYE UDABA:  Kuqothwe amalungu angu-11 omndeni owodwa

Unkosikazi wakhe uHlengiwe, indodakazi yakhe uSamkelisiwe, indodana yakhe uSiyabonga nomakoti wakwakhe uTumelo bashonele endaweni yesigameko ngoMgqibelo ebusuku.

UDlamini uthe lesi yisigameko sesithathu abahlaselio bezame ukuhlasela indodana yakhe eneminyaka engu-21 ubudala, okokuqala ngawuthutha umndeni wami eSoweto ngemuva kokuba bazama okokuqala ukuyihlasela indodana yakhe.

"Ngifuna ukusifulathela lesi sifundazwe ngoba sahamba eSoweto ngemuva kwesigameko sokuqalam basilandela."

UDlamini uthe wayephuma emzini wakhe ngoMgqibelo ebusuku ngesikhathi oshaya sibhamu bemdubula engalweni.

Uthi wabaleka wangena kwamakhelwane kodwa walokhu esizwa isibhamu siqhuma ngaphakathi emzini wakhe.

USiyabonga noTunelo bashiye izingane zabo ezimbili eneminyaka emibili nenezinyanga eziyisikhombisa izelwe.

Lezi zingane zazesendlini ngesikhathi sesigameko.

Amaphoyisa ayaphenya.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.