Isihluku kudlwengulwa owesimame namadodakazi akhe

2016-08-17 10:01

Nairobi – Uthi uyokhohlwa efile owesimame owahlaselwa imigulukudu enamadodakazi akhe badlwengulwa.

Lo mama ubeye esontweni namadodakazi akhe amathathu aneminyaka -9, 11, kanye no-14 uma bebuya wadlula kumfowabo wathatha amadodakazi akhe amabili aneminyaka emine nengu-13 ubudala ukuba azovakasha kwakhe.

OLUNYE UDABA:‘Waze wasihlaza umama othe akasizwa isiNgisi ePhalamende’

Usuke emzini kamfowabo seligamenxe ihora lesithupha elibangise kwakhe e-Ongatha Rongia nokuyindawo eqhele ngamakhilomitha amathathu.

Uthi bahlaselwa amadoda ayisithupha abephetha amaphanga nezinye izikhali sebezofika ekhaya.

Lamadoda abagebenge imali kanye nomakhalekhukhwini phambi kokuba nyukubeza ngokocansi, kubika iNairobi News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.