Isikole saseMlazi silungiselwe amathoyilethi

2016-07-22 08:30

Durban - Kulindeleke izinguquko ezinhle esikoleni esinabafundi abangu-1 200 esiseMlazi iSandakahle Primary.

Lesi sikole samukele izindlu zangasese ezintsha njengengxenye yesinyathelo senkampani yakwa-Unilever sokusiza ngokulungisa amathoyilethi.

OLUNYE UDABA: Isikole siphuca abafundi izicathulo

Ngesikhathi umcimbi uqala abafundi baculile, abanye bebonga loyo owayengumengameli wakuleli osadlula emhlabeni uNelson Mandela.

Abafundi nothisha behlangene bonke emthandazweni bazibophezele ekutheni lezindu zangasese ezintsha zizohlale zihlanzekile zizinhle njalo.

Uthishanhloko uLindiwe Blose ubonge kakhukhulu ngesinyathelo esihle, kubika iNewswatch.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.