ISilo sihambisa ondlunkulu kwiholidi lezigidi

2016-07-18 16:03

Swaziland - ISilo saseSwazini akazishayanga-ndiva izixwayiso zezifundiswa zokungagunyazi iholidi loNdlunkulu, kubika iCity Press.

ONdlunkulu, onogada, umndeni kanye nabasizi babo bahambe ngoMgqibelo belibangise e-Orlando eMelika lapho beyongcebeleka khona eholidini.


Kuthiwa inani laleli holidi lilingana nemali enikelwe yizwe laseMelika ukulwa nesomiso eSwazini, nokuyimali ecishe ilinganiselwe kuR16 miliyoni.

Isenzo seSilo sicike kabi iziphathimandla ezizama ngakho konke ukuthola uxhaso lwezimali ukuze kutakilwe izwe kwisomiso esibi kakhulu kuleli.

Ngokusho kwemithombo, iziphathimandla zikahulumeni zihlanganyele nalesi Silo ukudingida ezinye izimo ababheke nazo kanti nodaba lweholidi luye lwathintwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.