ISilo sithatha izinyathelo ngemkampani yomshwalense

2018-03-04 11:02

Durban - Isilo samaBandla uGoodwill Zwelithini siphezu kwezinhlelo zokubopha inkampani yomshwalense iMiWay ngokuputshuka kwengxoxo yaso nesisebenzi sale nkampani eyabe izama ukusidayisela umshwalense.

Ummeli weMbube uTheasen Pillaye iuthi bafuna le nkampani ihlawule ngalokhu kanti isamba senhlawulo bebengakasidingidi.

UPillay uqokwe ukuba amele iSilo ngalesi senzo abasichaza njengesokungahloniphi nesimthunazayo.

OLUNYE UDABA:Kuyakhalwa ngendlela iMiWay elusingathe ngayo olweSilo

Ingxoxo yeSilo nesisebenzi sakwaMyiWay iputshuke yasabalala ezinkundleni zokuxhumana njengoba kuzwakala isisebenzi sibiza iSilo ngegama.

Ngakolunye uhlangothi iSilo sizwakala simchazela ukuthi singubani futhi asibizwa ngegama.

Kwisitatimende esithunyelwe uPillay sithi iSilo besingenayo inkinga ngengxoxo nesisebenzi sakwaMiWay kodwa sicasulwa ukuziphatha kwale nkampani.

UPillay uthi le nkampani bekumele iqikelele ukuthi yenza konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi le ngxoxo ayiputshuki.

"Sesingena esontweni lesithathu kodwa namanje iMiWay ayikaphumeli obala ngokuthi yaputshuka kanjani le ngxoxo," kusho uPillay.

 - ILANGALangeSonto  

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.