Isindile intombazane, 6, elunywe yinja yakamakhelwane

2017-06-01 18:00

Cape Town – Isale nenkebenkebe yenxeba ebuyswnei ingane yentombazane yaseKhayelisha ngemuva kokulunwa yinja yakamakhelwane.

ULatasha Mlumei, ongumama wengane yentombazane, 6, uthe ingane ilashwe esibhedlela iMamelodi, eGatesville.

UMlumei unqabile ukuthi kushicilelwe igama lendodakazi yakhe.

OLUNYE UDABA: Umfana,7, ulunyiwe kabi yinja yakubo eThekwini

Umngani kaMlumei nguye obike udaba kwabakwa-SPCA abamdlulisele kwi-Cape Town Animal Control Unit.

Le ngane kudingeke ukuba ingene etiyetha amahora angu-10 njengoba ibihlinzwa ebusweni.

Ngokusho kukamama wengane, indodakazi yakhe ilunywe yinja ngesikhathi idlala ngaphandle eduze kwenja.

"Ngimtshelile umakhelwane wami ukuthi angeke ngize ngikwamukele ukuxolisa kwakhe ngoba unezinja ezinkulu ezine reziyingozi."

Lesi sigameko sishaqise ngisho abakwaSPCA.

"Ngokomthetho ziyabulawa izinja ezishaqiwe noma eziyingozi," kusho uBelinda Abraham, okhulumela i-SPCA.

Amaphoyisa athe le nja isibulewe.

 - Cape Argus

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.