Isiphithiphithi kusha umtholampilo eMooi River

2018-04-25 07:35

eMooi River - Kusuke esikhulu isiphithiphithi ngesikhathi kugqamuka ilangabi emtholampilo iBruntville, eMooi River, kubika Estcourt News.

Lokhu kwenzeke ngoLwesibili ekuseni kanti kuthiwa lo mlilo udalwe yinkinga yezintambo zikagesi.

UThandeka Dlamini okhulumela uMasipala iMpofana uthi kushe kabi indawo okugcinwa kuyo imithi.

OLUNYE UDABA:Lisesimeni esikahle iphoyisa elazidubula ngephutha

Ngenhlanhla azikho iziguli kanye nezisebenzi ezilimalile ngesikhathi kusha.

Abe-N3TC baphuthume kulo mtholampilo behambisana nabaphathi bakamasipala, amaphoyisa kanye nabezicishamlilo bezohlola isimo ngemuva kokutholakala kwemibiko yokuthi kuyasha.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.