Isisenkantolo eyombango wesidumbu sowase-KZN owabamba iLotto

2016-05-27 13:32

Durban – Usuphuma ungena ezinkantolo umndeni wowesilisa waseNgwelezane, KwaZulu-Natal, uNhlanhla “Buddah” Dlamini, owabamba iLotto ka-R18 million.

UBudaah, 29, kuthiwa bekwaziwa ukuthi ungowakwaNgubane isibongo, kubika iSolezwe.

Kuthiwa izingane zakubo kaBuddah zifuna ayofihlwa ekhabonina eMnambithi, ekubeni umndeni wakababa wakhe kwaDlamini ufuna ayobekwa eNkandla.

OLUNYE UDABA: Umndeni ubhekene ngeziqu zamehlo ngelokungcwaba owawina iLotto

UDlamini washona engozini yemoto eMpangeni emasontweni amabili edlule, kanti udadewabo uSiphesihle Mdakane uthi lo mdonsiswano okhona ubaphatha kabi.

“Kuyaxaka ukuthi umndeni kababa wakhe usufuna ayongcwatshelwa eNkandla ekubeni uNhlanhla lo mndeni uwuthole esemdala,” esho.

AbakwaDlamini abazange batholakale ukuba babeke uhlangothi lwabo ngalolu daba.

UDlamini wabamba iLotto ngo-2014 esebenza eshisanyama nasesitolo samaPakistani.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.