Isitholakele ingane yaseGermistobn ebithunjiwe

2018-05-05 09:34

Johannesburg - Ingane yaseGermiston ebithunjiwe isisekhaya ezandleni zikababa wayo iphephile.

Kubikwa ukuthi iyile nasesibhedlela iyoxilongwa.

Kuboshwe abasolwa ababili kanye nomsizi wasendlini.

OLUNYE UDABA:Kuthunjwe ingane umama eyobhala izivivinyo

Ingane ibithunjwe ngoLwesithathu. Abasolwa bebefuna imali engu-R6 million ukuze bezokwazi ukubuyisa ingane iphephile.

Abasolwa baboshwe ngamaphoyisa ngesikhathi behanjiselwa imali.

Amaphoyisa athi uphenyo luyaqhubeka.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.