ISITHOMBE: Abafundi bashise isikole bebhikisha eGreytown

2017-09-12 16:00

Greytown -  Abafundi ababhikishayo bokhele ngomlilo isikole iSokheni Secondary School, eGreytown, ngemuva kokuqubuka kodlame kulesi sikole.

Iphephandaba iMercury lithole ukuthi la bafundi bathi bafuna kulungiswe lesi sikole, kulungiswe eyezinsiza zokuthutha ezibaletha esikoleni nokuthi uMnyango wezeMfundo ubalekelele ngesidlo sasekuseni kanye nesasemini.

Kushiswe amakilasi amabili kanye negumbi elihlala othisha.

OLUNYE UDABA:Uzomiswa uthisha waseKZN obonakala eshaya abafundi

Okhulumela uMnyango wezeMfundo kulesi sifundazwe, uKwazi Mthethwa, ngoLwesibili uthe izivivinyo zabafundi bakamatikuletsheni ziyaqhubeka futhi kutshalwe inqwaba yamaphoyisa ukuba aqaphe isimo kulesi sikole.

Uthe yize kunjalo, kuphazamisekile ukufunda kwamanye amakilasi kwadingeka ukuthi kumisiwe ukufunda.

Uqhubeke wathi uMnyango uhlele ukuhlangana nabo bonke ubuholi balesi sikole ngoLwesihlanu.

ISITHOMBE:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.