ISITHOMBE: Abafundi bekotele etekisini

2016-05-19 10:06

Johannesburg - Umshayeli obekhathazekile eSydenham ePort Elizabethe ngesonto eledlule uthathe isithombe yetekisi ebigcwele abafundi baseHoërskool Cille ngokweqile.

Esithombeni, la bafundi babonakala bekotele etekisni ngemuva kanti abanye bebelenga ngaphandle esicabheni sayo.

URoy Thompson okunguye obone lesi sigameko utshele iphephandaba iThe Herald ukuthi uyilandelile le tekisi ngoba efuna ukuthatha izithombe.

OLUNYE UDABA: Kulimale 9 wabantu kuginqika itekisi ePMB

"Angikikhuolwanga ebengikubona phambi kwami," kusho uThompson.

UThompson elandela le tekisi uthe abanye babafundi bebhla emarobhothini abanye behla bekotela.

Ngenxa yobuningi bezingane ebezikotele ngemuva kwetekisi uThompson akakwazanga ukubona inumber plate.

Omele inhlangano yamatekisi iNational Taaxi Alliance uMxolisi Sontshatsha uzwakalise ukuthukuthela ngokuziphatha komshayeli wetekisi.

"Le senzo asilidingi ithikithi sidinga ijele nje," usho njalo.

Isikhulumi sikaMasipala waseNelson Mandela Bay uKupido Baron uthe kumshaqisile ukubona isithombe.

Isikole asitholakalanga siphawula ngodaba.

ISITHOMBE: 

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.