ISITHOMBE: Amaphoyisa acela usizo lomphakathi ukuthola lo msolwa

2017-10-25 19:30

Thekwini - Amaphoyisa aseLadysmith, KwaZulu-Natal, acela usizo lomphakathi ngokuxazulula icala elimayelana nesigameko sokuzama ukugebenga.

Amaphoyisa acela umphakathi ulekelele ngokuthola lo wesilisa osesithombeni.

Kuthiwa ukutholakala kwalo mlisa kuzosiza amaphoyisa alugoqe uphenyo lwawo.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa athole umsolwa edla izicubu zowesimame oshonile, E.Cape

Ngokombiko wamaphoyisa, kuthiwa lo mlisa useminyakeni ebalelwa jo-30 ubudala, uyakhanya ngokwebala, wondile ngomzimba futhi mude.

Uma kukhona onolwazi ngaye nokuthi angatholakala kuphi, angaxhumana nomseshi ophethe leli cala uCaptain Mnyandu wophiko lwabaseshi eLadysmith ku-036 638 0300 noma ku-084 832 3106. 


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.