ISITHOMBE: Amaphoyisa aseGluckstadt acela ukufuniswa uBongiwe Ngcobo

2017-08-07 19:30

Durban - Amaphoyisa aseGluckstadt acela usizo lomphakathi ngokuthungatha owesimame olahlekile.

UBongiwe Siphiwe Ngcobo oneminyaka engu-20 ubudala wagcina ukubonakala ekhaya ngoMashi kulo nyaka.

Kuthiwa le ntokazi yaqoqa izikhwama zayo yahamba ekhaya futhi ayitshelanga muntu ukuthi iyaphi.

OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Kufunwa owesifazane waseMtuba owalahleka eyokhipha imali ebhange

Le ntokazi yahamba ekhaya igqoke ama-leggings amdaka, ivesti emdaka futhi iphethe isikhwama.

Uma kukhona onolwazi ngokuthi uphi, angaxhumana noSergeant Smangele Sithole ku-078 970 6441 noma-034 952 2106. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.