ISITHOMBE: Amaphoyisa aseGoli anqabe u-R10 000 abefumbathiswa ngawo

2017-09-06 16:02

eGoli - IMeya yedolobha iGoli, uHerman Mashaba, ufake isithombe ezinkundleni zokuxhumana ebonga amaphoyisa omgwaqo amabili ngokunqaba ukufumbathiswa u-R10 000.

La maphoyisa anqabe le mali ebisuka kowesilisa obedayisa amakhebula ethusi antshontshiwe.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa aseqinise ezokuphepha ukuvikela amadoda anempandla

UMashaba umatasa ngomkhankaso wokuqhutshwa komsebenzi kuleli dolobha kanti usebenziwe la maphoyisa njengesibonelo sabantu abaziqhenyayo ngomsebenzi wabo.

Yize kuyisenzo esincomekayo esenziwe yila maphoyisa, abantu bahluleke nokuzibamba  besho izinto abebengazenza ngale mali enqatshwe ngamaphoyisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.