ISITHOMBE: Amaphoyisa aseMnambithi acela ukufuniswa odukile

2017-05-31 11:00

Durban - Amaphoyisa aseMnambithi acela usizo lomphakathi ekufunisweni umuntu olahlekile, igama lakhe nguFikile Regina Dlamini oneminyaka engu-71 ubudala, wakhona eMnambithi.

“Umndeni wakhe wagcina ukumbona ngomhlaka-23 Ephreli nonyaka eSteadville, kwa-J. Ulinganiselwa ku-1.24m ubude, mncane ngomzimba, unezinwele ezimnyama eziyisihluthu,” kusho isitatimende samaphoyisa aKwaZulu-Natal.

Kuthiwa uDlamini waduka egqoke ingubo ensundu, amateki amhlophe kanye nejakhethi ebomvu.

“Kucelwa ongaba nolwazi mayelana nokuthi uDlamini angatholakala kuphi ashayele uConstable Langa ku-036 638 3353, noma iCrime Stop kwethi 08600 10111,” kuphetha isitatimende.

Amaphoyisa abe esenxusa umphakathi ukuba uqinisekise ukuthi amaphoyisa ayakwazi ukwenza umsebenzi wawo ngokuthi usheshe ubike uma kukhona umuntu odukile.

Athi kubalulekile ukuthi uma umuntu edukile, uphenyo luqalwe masinyane.

Amaphoyisa aphinde agcizelela ngokuthi asikho isikhathi ekumele silindwe uma kukholakala ukuthi umuntu udukile, abantu ababike eziteshini zamaphoyisa ngokushesha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.