ISITHOMBE: Amaphoyisa aseNanda acela ukufuniswa lo olahlekile

2018-03-06 16:01

eThekwini - Amaphoyisa aseNanda, enyakatho yeTheku, acela usizo lomphakathi ngokuthola owesifazane olahlekile.

Lo wesifazane, ogama lakhe nguNelisiwe Mkhize, oneminyaka engu-20 ubudala ungowaseNgcongcwini eNanda.

UMkhize wagcina ukubonakala ngomhlaka-10 Febhruwari 2018 ekuseni ngo-06:00 ephuma ekhaya eya esikoleni eJacobs kodwa akaphindanga wabuya.

OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Amaphoyisa acela ukufuniswa lo waseBergville olahlekile

Wayegqoke ingubo emnyama kanti akwaziwa ukuthi wayegqoke izicathulo ezinjani.

Uma kukhona onolwazi mayelana nokuduka kwakhe nokuthi ukuphi, angaxhumana noSergeant Gogo ku-084 884 9097, noma ku-031 510 9932.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.