ISITHOMBE: Ihlalele ovalweni intombazane eyaphunyuka ithunjwe umakhelwane

2017-06-07 19:30

eSgodini - Kusenzima kowesimame wasendaweni yaseSigodini ePietermaritzburg owaphunyuka ethunjwe wumakhelwane.

Le ntokazi eniminyaka engu-20 ubudala yanyamalala ngoMgqibelo ngomhlaka 27 kuMeyi 2017 ngemuva kokwehla esitobhini ubuya kuyovakashela umngani wayo.

 Ngesikhathi ixoxa nabephephandaba i-Edendale Eyethu le ntokazi isavevezela ithi yabizwa wumfana wakwamakhelwane ethi ufuna ukubuza okuthile.

“Ngaya kuyena ngoba umakhelwane ngiyamazi. Wayeme phambi komnyango wavula wathi angingene ngabuza ngobani wathi akukho lutho. Nganele ngangena  lapho wakhiya wathi angisaphumi ngiyophuma mhla kuthanda  yena. Wangikhuleka ngebhandishi izandla. Wangisabisa ngokuthi uma ngike ngamemeza  uzongibulala,” kubeka  yona.

OLUNYE UDABA:Isincamela ukuya kwagoqanyawo intombazane emithiswe ngumalume

Iqhube yathi kusuka lapho lomfana ethe uneminyaka engama-22  ubeyidlwengula mihla namalanga.

“Ubengikhuleke ngebhandishi abuye angiqaqe ebusuku kodwa angikhiyele.  Ubehleli engidlwengula yize kade ngisesikhathini. Ubenganginikezi ukudla enginika amanzi kuphela. Bekufika abangani bakhe babheme iwhoonga, nengisola ukuthi abanye babo bebebazi ukuthi ungithumbile.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.