ISITHOMBE: Inhlwathi ingene endlini yashwabadela inja

2018-01-31 19:33

Johannesburg - Owesifazane waseLouis Trichardt, eLimpopo, usale edangele ngemuva kokuthi inhlwathi ingene egcekeni lakhe yabulala inja yakhe.

UFrikkie Venter, owenza umsebenzi wokubamba izinyoka aphinde abe ngusolwazi kwezemvelo, uthe lesi sigameko senzeke egumbini lokuphumula emzini wao wesifazane, 60, ezintatha namhlanje.

"Lo wesifazane uhlala epulazini futhi ubeyazi le nyoka, ejwayele ukubonakala ezihlahleni zezithelo," kusho uVenter.

"Wayibona le nyoka ntambama ngoMgqibelo iphambi komnyango wakhe," esho.

Wabe esebiza inja yakhe wavala yonke iminyaka, nokho wakhohlwa wukuvala amawindi asegumbini lokuphumula.

"Lo wesifazane wazumeka egumbini lokuphumula, nokusolakala ukuthi inyoka yangena ngaleso sikhathi ngefasitela," echaza.

UVenter uthi usola ukuba le nhlwathi ibifuna indawo epholile yokuphumula.

"Lo wesifazane waphaphama ezintatha esezwa inja yakhe ishaya umkhulungwane kanti isishwabodelwe yile nyoka."

Uthi yonke into yenzeka ngokuphazima kweso, kanti kwakungekho okwakungenziwa yilo wesifazane ukusindisa inja yakhe.

ISITHOMBE:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.