ISITHOMBE: Kube ngenyantisa igazi ingozi eyenzeke ku-N3 ngakwaNobamba

2018-05-02 09:31

eThekwini - NgoLwesibili emini, iziphathimandla zezomthetho ziphoqeleke ukuba zivale uthela wayeka u-N3 ngenxa yengozi enyantisa igazi eyenzeke kwaNobamba.

Kulokhu, kushone abantu abathathu engozini ebandakanya itekisi nezimoto ezintathu ezincane kanye neloli.

UCon Roux okhulumela abe-N3 Toll Concession utshele abe-eNCA ukuthi: “Sisebenze kanzima ukuqinisekisa ukuthi uN3 uyavulwa ngemuva kwezidubedube zaseMooi River.

OLUNYE UDABA:Owesilisa, 51, udutshulwe wabulawa wathathelwa nesibhamu

"Konke bekuhamba kahle kwaze kwaba wukuthi kwenzeka le ngozi ephoqe ukuba kuvalwe umgwaqo ngale ngozi."

Kudaleke esikhulu isiminyaminya ngenxa yokuvalwa kwalo mgwaqo amahora amabili.

"Abezimo eziphuthumayo basebenze ngokuzikhandla ukuqinisekisa ukuthi kuhlengwa abalimele kanye nabashonile, futhi umgwaqo uyahlanzisiswa ukuze kuvulwe ngokushesha."

  The scene of the accident on the N3 at the top of Van Reenen's Pass. Picture: Twitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.