ISITHOMBE: Kuboshwe abane ngelokugebenga ibhizinisi eKZN

2017-12-21 16:00

eThekwini - NgoLwesithathu ekuseni, amaphoyisa aseWentworth, ngaphandle kweTheku, ebambisene namaphoyisa ophiko lweDurban Flying Squad kanye neMlazi K9 baphuthume emgwaqeni uBrooklyn, khona eWentworth, lapho kubikwe khona ngesigameko sokuphanga.

Kukholakala ukuthi abasebenzi bavinjezelwe abasolwa abebehlomile babaphuca omakhalekhukhwini kanye nesamba semali ebisemathilini.

Ngesikhathi kufika amaphoyisa, abasolwa besebebalekile.

Amaphoyisa aqale umkhankaso wokusesha emafulethini akule ndawo kwabanjwa umsolwa oyedwa emgwaqeni u-Alabama lapho ebecashe khona.

OLUNYE UDABA: Kushone 12 wabantu kugingqika ibhasi ebelithwele izivakashi

Utholakale nesikhwama esinesibhamu, yizinhlamvu, ummese, kanye nomakhalekhukhwini ababili.

Umsolwa wesibili ubanjwe ebhace epaki elisemgwaqeni uConstatia, ecashe esihlahleni.

Omunye umsolwa uzame ukugwaza iphoyisa wadutshulwa emlenzeni esezama ukubaleka, kanti umsolwa wesine ubanjwe egalaji eliseduze.

Laba basolwa abaseminyakeni ephakathi kuka-22 no-35 ubudala babhekene necala lokugebenga ibhizinisi, ukuzama ukubulala kanye nokutholakala nezikhali ezingekho emthethweni.

No automatic alt text available.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.