ISITHOMBE: Kuboshwe abatholakale nezibhamu elokishini oSizweni

2018-02-22 07:00

EThekwini - Umkhankaso wokuthungatha izigebengu obuholwa ngamaphoyisa ophiko lwePublic Order Police Task Team, iNewcastle Cluster Task Team kanye namaphoyisa asoSizweni ube yimpumelelo.

Leli thimba beliphuma lingena ezindaweni ezahlukene kuleli lokishi kuthungathwa izinswelaboya.

Umsolwa wokuqala obanjiwe ngowesilisa oneminyaka engu-18 ubudala otholakale nezibhamu ezimbili ezingekho emthethweni kanye nezinhlamu.

OLUNYE UDABA: Ukuhlasela iziteshi zamaphoyisa kuyefana 'nokuhlasela uMbuso' - Popcru

"Abanye abasolwa abane babanjwe esigcemeni sakwa-D khona kuleli lokishi, bona batholakale nezibhamu ezimbili zohlobo lwe-shortgun, ama-rifle amathathu kanye neznhlamvu ezingu-325," kusho amaphoyisa ngesitatimende.

Zonke izibhamu ezitholwe kulaba basolwa zizohlolwa ukuze kubonakale uma zike zasetshenziselwa ubugebengu obuthile.

Bonke la basolwa baseminyakeni ephakathi kuka-18 no-26 ubudala kanti kulindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yaseMadadeni ngoMsombuluko.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.