ISITHOMBE: Kufakwe izithombe zomculi odumile enqunu ku-Instagram wowayeyintombi

2017-08-29 19:30

Cape Town – Intokazi yaseMelika engumculi kanye nomlingisi, uSelena Gomez, ugqekezelwe i-account yakhe ye-Instagram ngoMsombuluko ntambama nalapho kube sekufakwa khona izithombe ezinqunu zalowo owayeyisoka lakhe futhi ongumculi odumile, uJustin Bieber.

Ngokombiko we-E! News, i-account ye-Instagram yale ntokazi yodumo lwengoma esihloko sithi Fetish iye yavalwa okwesikhashana ngemuva kokufakwa kwezithombe ezinqunu zikaJustin Bieber ngesikhathi eseholidini ngonyaka ka-2015.

OLUNYE UDABA:Nakhu okwenze uBabes Wodumo kukhulunywe ngaye ngapha nangapha

Kodwa-ke le account kaSelena – nokuyi-account enabalandeli abaningi kuTwitter - akubanga yisikhathi esingakanani yabe isisebenza futhi ngaphandle kwalezi zithombe ezinqunu zalowo owayeyisoka lakhe.

Zibonele lezi zithombe ngezansi: 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.