ISITHOMBE: Kulimale owesifazane obegeza ngesikhathi imoto ishayisa indlu

2017-08-06 09:00

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Durban – Owesifazane oneminyaka enguy-57 ubudala ubegeza endlini yakhe ngoMgqibelo ekuseni ngesikhathi iveni ingena ngodonga endlini ngaseNanda Dam eThekwini, kusho abosizo lokuqala.

Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko ngezithuba zabo-06:30 bathola iveni ingene ngaphakathi endlini yangasese, kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak etshela iNews24.

Owesifazane ulinyazwe yizitini zendlu yakhe ngesikhathi imoto iphahlaza udonga, kusho uVermaak esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Wethembise ngokugonyuluka otholakale nekhanda lomuntu

Uphuthunyiswe es-RK Khan Hospital ukuze ezothola ukwelashwa okunzulu.

Imininingwane egcwele ngokubangele ingozi ayikaziwa okwamanje.

Akucaci kahle ukuthi iveni ibishayelwa ngubani ngesikhathi sengozi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.