ISITHOMBE: Kushone ababili kushayisana izimoto eBenoni

2017-08-10 14:03

Durban - Kushone amadoda amabili kwalimala oyedwa ngesikhathi imoto ishayisana neveni emgwaqeni uBirch eBenoni.

Okhulumela abe-ER24 uRussel Meiring uthi le ngozi yenzeke ngoLwesithathu ebusuku ngo-22:30pm.

“Abezimo eziphuthumayo bathole izidumbu zamadoda amabili zidindilizile emotweni encane kubonakala ukuthi aseshonile,” kusho yena.

OLUNYE UDABA:Kudaleke ingozi owesilisa ebamba umshayeli wetekisi ngobhongwane

Umshayeli weveni utholakale ngaphandle kwemoto yakhe enamanxeba ambalwa futhi esesimweni esibucayi.

UMeiring uthe lo mlisa ulashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.