ISITHOMBE: Kutholakale amasaka angu-22 ensangu elolini

2017-08-17 16:00

Mpumalanga - Ukushaqeka amaphoyisa ethola inqwaba yamasaka ensangu elolini ebelingena emngceleni wakuleli liphuma eSwazini.

Kuboshwe owesilsa oneminyaka engu-35 ubudala ngokutholakala nala masaka ngoLwesithathu ekuseni.

Leli loli ebelishayelwa yilo mlisa libanjwe emngceleni waseMatsamo.

OLUNYE UDABA:Insangu isingasetshenziswa emakhaya – isinqumo senkantolo

Kuthiwa amasaka ensangu angu-22 abembozwe ngesihlabathi angadayisa u-R600 000 ngentengo yasemgwaqeni, kubika iMpumalanga News.

Lo msolwa uzovela eNkantolo yesiFunda yaseBoschfontein ngecala lokushushumbisa insangu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.