ISITHOMBE: Kuthungathwa ikhehla eliyi-albino elanyamalala lisemzini walo

2017-08-01 16:02

Pietermaritzburg - Ishaywe wuvalo inkosikazi yendoda, 80, ephila nebala elimhlophe, eyi-albino iphaphama ezintatha umyeni engabonwa embhedeni.

Amaphoyisa aseMondlo, eVryheid, ehla enyuka afunana nale ndoda ogama layo nguNtabakayikhonkwa Nyandeni waseMvuyane, eNquthu, oyi-albino.

ULieutenant-Colonel Thulani Zwane, okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uthe, uNyandeni wagcina ukubonakala ngomhlaka-13 Julayi elele.

OLUNYE UDABA:Sezisaba ngisho ukuya esikoleni izingane ezingama-albino

UZwane uthe kusolwa ukuthi unkosikazi waNyandeni waphaphama ngezithuba zabo-02:00, wamangala esebona ukuthi umyeni wakhe akhekho embhedeni.

Akwaziwa ukuthi le ndoda yayigqokeni ngesikhathi inyamalala, kusho uZwane.

Ngokuthola kwe-KZN Eyethu, kucelwa abanolwazi ngokunyamalala kwale ndoda ukuba baxhumane namaphoyisa aseduze.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.