ISITHOMBE: Owesimame waseThekwini ungene ngemoto endlini

2017-06-23 14:01

Durban - Owesimame oneminyaka engu-45 uhlulekile ukulawula imoto yaphaphalaza yayongena emzini okuRiverdene Drive, eNewlands.

Lokhu kwenzeke ngoLwesihlanu ekuseni ngesikhathi lo wesimame ehluleka ukuma ku-T-junction imoto yakhe yashayisa udonga yayongena egumbini lokuphumula kulo muzi.

AbeNetcare 911 bafike kule ndawo bathola le moto isabhajwe kule ndawo nomshayeli evaleleke ngaphakathi.

Okhulumela abezimo eziphuthumayo uChris Botha uthi bekunezingane ezintathu kulo muzi ngesikhathi kwenzeka le ngozi.

OLUNYE UDABA:Ushonele endlini yesoka eNanda ohambe kubo engashongo

"Bekunezingane ezintathu kulo muzi, kanti ngenhlanhla le moto ingene egunjini lokuphumula elingasetshenziswa kakhulu elincikene nekamelo elikhulu. Akekho olimalile ngesikhathi kwenzeka lokhu," kusho yena.

Kudindeke ukuba kusetshenziswa izindlawu ukuze kukhishwe umshayeli emotweni.

Abezimo eziphuthumayo bamhlengele kule ndawo ngaphambi kokumphuthumisa esibhedlela esiseduzane.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.