ISITHOMBE: Selifakiwe itshe likaRobbie Malinga elisha

2018-01-24 15:59

 eGoli - Itshe lesikhumbuzo likaRobbie Malinga lasuswa ngemuva kwezinsuku ezimbalwa lalafakwa ngemuva kwezikhalazo zabalandeli bakhe abebethi alifani nakancane naye.

Leli litshe lesikhumbuzo elikhulu elilingana nomuntu ophilayo, lalenziwe ngokomfanekiso kaMalinga obesesebenze iminyaka engaphezu kwengu-20 kwezomculo.

ULebohang Khitsane‚ oyi-CEO yenkampani iBataung Memorials watshela abeTshisaLIVE ukuthi babona kungcono ukuba balisuse leli litshe ukuze balenze kabusha.

"Sizibonile izikhalazo zabantu ezinkundleni zokuxhumana sase sithatha isinqumo sokuba siliqale phansi. Abantu bakhombe izinto ezimbalwa kulo mfanekiso ezingafani nezalo mculi," kusho yena.

UKhitsane uthi uthathe lesi sinqumo ngoba inkampani yabo iyaziqhenya ngokwenza amatshe esikhumbuzo ahlukile nasoqophelweni eliphezulu.

OLUNYE UDABA:Lizoshintshwa itshe lesikhumbuzo likaRobbie Malinga ngemuva kwezikhalazo

NgoLwesibili emini, umndeni kanye nabangani bakaRobbie bahlanganyele emathuneni aseWestpark lapho bekwembulwa khona itshe lakhe lesikhumbuzo elisha.

UBheki Malinga, ongumfowabo kaRobbie, uthe konke lokhu kuvuse umunyu ngesikhathi selivulwa itshe elisha.

Lo mcimbi uhanjelwe wunkosikazi kanye nendodana kaRobbie namanye amalungu omndeni kanjalo nabangani abasondelene nabo.

ISITHOMBE:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.