ISITHOMBE: Umfundi ushayiswe itekisi maqede yamhudula eThekwini

2017-06-19 14:01

Durban - Libangwa nezibi  ibhungu elineminyaka engu-15 ubudala elifunda esikoleni iGlenhaven Secondary eVerulam, KwaZulu-Natal ngemuva kokuhudulwa yitekisi eliyishayisile ngoMsombuluko ekuseni.

Okhulumela iReaction unit South Africa (RUSA), uPrem Balram uthe babizelwe kuTodd Street eVerulam, ngemuva kokubikelwa ngesigameko wumshayeli wemoto ebidlula ngendlela.

UBalram uthe itekisi ebizama ukusika ezinye izimoto ishayise izingane zesikole ezimbili ngesikhathi ziwela umgwaqo.

OLUNYE UDABA:Lubangwa nezibi usana kulandela ingozi ebulale abathathu e-KZN

Umshayeli wetekisi uyishiye kanjalo itekisi yakhe yohlobo lwe-Toyota Hiace wabaleka endaweni yesigameko.

Umfundi owenza uGrade 8 okunguye olimale kanzima uphuthunyiswe esibhedlela oSindisweni.

Lo mfundi uphuke umlenze, nasenqulwini walimala nasekhanda.

UBalram uthe omunye umshayeli uthathe lo omunye umfundi wamuphuthumisa esibheldlea.

Ngokusho kwabazibonele, itekisi lizame ukweqela ezinye izimoto ngesikhathi lishayisa izingane ebeziwela umgwaqo.

"Omunye wabafundi ujikijeleke amamitha angu-25 nasendaweni yesigameko," kusho uBalram.

Akukaboshwa muntu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.