ISITHOMBE: Ushonile umshayeli wetekisi oshayise isihlahla

2017-07-27 14:02

Durban - Ushonile umshayeli wetekisi obengalayishile ngemuva kokushayisa isihlahla ngakuLakeview Road eSilverglen, eChatsworth, ngoLwesine ekuseni.

UGarrith Jamieson weRescue Care uthe ngesikhathi abosizo lokuqala befika endaweni yesigameko, bafice itekisi ingene esihlahleni.

OLUNYE UDABA:Kushone owesilisa imoto ishayisa isihlahla igqamuka amalangabi

"Umshayeli ubengaphakathi etekisini. Uthole amanxeba amabi washona, beKungasekho abosizo lokuqala abebesangakwenza ukumhlenga wabe esehlonzwa njengoshonile khona endaweni yesigameko," kusho uJamieson.

Amaphoyisa aphenya imbangela yesigameko.

 - The Citizen

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.