Isitshudeni ebesisolwa ngokweba 'sibulawe' ngozakwabo

2017-11-01 07:02

Johannesburg - Sithelwe ngenduku saze sashona isitshudeni saseWalter Sisulu University kanti kusolwa ezinye ngalesi sigameko esenzeke eMthatha ngoMsombuluko ebusuku.

Kusolakala ukuthi lesi sitshudeni, 33, sase-WSU kuNelson Mandela Drive sibanjwe sisesimeni esisolisayo egumbini esasihlala kulo ngonyaka odlule.

Abephephandaba iDispatchLIVE bathole ukuthi omunye umfundi osekunguye osehlala kuleli gumbi ubambe lesi sitshudeni seba.

OLUNYE UDABA:Sivulelwe icala lokweba 'isitshudeni sika-R14 million'

"Ube esehlaba umkhosi kwafika ezinye izitshudeni egumbini lakhe," kusho umthombo.

Lesi sitshudeni besingahambi sodwa njengoba omunye ehle ngentambo kagesi esuka esitezi sesithathu, sona sagxuma sisuka kuso lesi sitezi sesithathu.

Izitshudeni zibe sezibajaha, kwabanjwa sona sase sititinywa ngenduku. "Umsolwa ube esephuthunyiswa esibhedlela ngemuva kokulimala kanzima," kuqhuba umthombo.

Okhulumela uMnyango wezeMpilo uSizwe Kupelo uthe umsolwa ungeniswe esibhedlea saseMthatha elimele ekhanda.

"Ube esedluliselwa esibhedlela iNelson Mandela Academic. Ushone namuhla ekuseni," kusho uKupelo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.