Isivakashi sibulale esinye kubangwa indawo yokuhlala

2016-08-10 13:31

Nairobi – Isivakashi saseChina sigwaze owesifazane washona kwathi umyeni wakhe walimala kabi ngemuva kokungaboni ngasolinye ngendawo yokuhlala endaweni yezivakashi eKenya.

Amaphoyisa akhiphe lo mbiko ngoLwesibili, athi laba bebebanga itafula obekudlelwa kulo.

Lesi sigameko kuthiwa senzeke eKeekorok Lodge, eMasai Mara, lapho lezi zithandani bezidla khona nezinye izivakashi.

OLUNYE UDABA: Ugwaze wabulala indodakazi ngoba inesikhwele

Umsolwa, uLee Changqin, kuthiwa unxenxe lezi zithandani ukuba zisuke etafuleni abezihlezi kulo, kwaqubuka ingxabano, wase eyazigwaza zombili.

Owamaphoyisa aseRift Valley uGideon Kibunjah uthe lesi sivakashi saseChina sibe sesiboshwa.

“Owesifazane ushonele esibhedlela, kanti umyeni wakhe ubangwa nezibi,” kusho uKibunjah.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.