Isiyakhiwa kabusha imijondolo ebibhidlizwe ngempelasonto eThekwini

2016-08-11 16:01

Durban - Inhlangano, Abahlali Basemjondolo ithi imijondolo ebibhidlizwe ngempelasonto eCator Manor eThekwini isiyakhiwe kabusha.

NgeSonto, eThekwini Land Invasion Unit babhidliza imijondolo embalwa eNsimbini, ithi yakhiwe ngokungemthetho.

OLUNYE UDABA: Kushe imijondolo eThekwini

Ukubhidlizwa kwemijondolo kwacasula ezinye izakhamizi ezavele zangena emgwaqeni u-N2 zabhikisha eduzane naku-Edwin Swale zashisa amathayi zibhikisha.

Umsunguli ophinde abengumengameli wenhlangano, Abahlali Basemjondolo, uSbu Zikode uthe bakhathazeke kakhulu ngokukhishwa kwabantu emijondolo okwenzeke kamuva nje, kubika iNewswatch

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.