Isizoqedelwa eMoses Mabhida Stadium iComrades Marathon

2017-08-30 15:59

Cape Town – Umqhudelwano waminyaka yonke wabasubathi, iComrades Marathon, wango-2018 usuzoqedelwa enkundleni yezemidlalo iMoses Mabhida Stadium, eThekwini.

Le nkundla, neyayakhelwe ukusingatha imidlalo yeNdebe yoMhlaba yango-2010, izovala isikhala seKingsmead njengokuyiyona ndawo entsha okuzoqedelelwa kuyo lo mqhudelwano omdala nomkhulukazi emhlabeni wonke.

“Abasubathi bangalindela indlela efanayo nango-2016 – ngale kuka-8km wokugcina – nozovalwa emahoreni angu-12,” uMqondisi walo mqhudelwano, uRowyn James, ukuqinisekisile lokhu ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: ICity isiyehlile ku-R15.5m edayisa ngawo uManyama

Ushintsho ku-8km wokugcina kudingeke ukuthi lube khona ngenxa yesizathu sokugwema umgwaqo onguthelawayeka.

Lo mqhudelwano uzoqala ngaphandle kwaseCity Hall eMgungundlovu ngeSonto, mhlaka-10 Juni, 2018.

Ukungenelela umqhudelwano ka-93, kuzovulwa ngoLwesihlanu, mhlaka-1 Septhemba kanti kuzovalwa ngoLwesine, mhlaka-30 Novemba (noma uma ngabe sekufinyelelwe esikalweni sabantu abangu-20 000 – noma yikuphi okuzofika kuqala).

Umsubathi ozobe evikela isicoco kulo mqhudelwano ‘owehlelayo’ nguDavid Gatebe waseNingizimu Afrika nowabeka irekhodi elisha lokushaya intambo esikhathini esingu-5:18:19 ngo-2016.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.