Isoka ligqeme intombi ngesando eNseleni

2018-03-15 14:02

Durban - Owesimame oneminyaka engu-39 ubudala ushaywa weze washona ngoLwesihlanu eshaywa yisoka lakhe ngesando.

Lokhu kwenzeke endaweni yaseNseleni kanti kuthiwa kuqalwe yingxabano ezibe nayo lezi zithandani ngo-19:30 ebusuku.

Kuthiwa uSibusiso Nxumalo uhlulekile wukulawula ulaka lwakhe wagqema intombi uSizakele Nyawo ngesando waze wathula.

OLUNYE UDABA:Kugwilize umfundi ebhukuda nabangani emfuleni eThekwini

UNxumalo waboshwa ngabo lobo busuku eboshwa ngamaphoyisa aseNseleni.

Ngesikhathi evela eNkantolo yeseFunda eMpangeni ngoMsombuluko, uNxumalo akafunanga ukufaka isicelo sebheyili.

Icala lakhe lihlehliselwa umhlaka-6 Ephreli njengoba amaphoyisa asaqhubeka nophenyo, kubika iZululand Observer.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.