Isoka ligwaze labulala intombi ngesikhathi imala

2016-07-25 17:30

Nairobi -Kuthiwa lezi zithandana ziqale ukuxabana ngesikhathi intombi izama ukwala isoka.

Le ntokazi ebisanda kuthola iziqu enyuvesi yaseKenyatta ibivakashele isoka efulethini layo.

Unogada uthi uzwe umsindo kuleli fulethi phakathi kwamabili.

“Ngithe ngizwa umsindo ngahamba ngayobheka kodwa umsolwa wangisabisa ngommese nokuyinto engenze ngashayela amaphoyisa.”

OLUNYE UDABA:INGOSI: Yebo intombi ishelwa ngamanga, kodwa hawu ihaba!

Amaphoyisa aphoqeleke ukuba asebenzise i-teargas ukungena kuleli gumbi lesoka. Umsolwa ugwaze intombi amanxeba angu-30 ngaphambi kokuzigwaza yena.

Ngenhlanhla amaphoyisa amfice esaphila bamgaxa ozankosi, kubika iNairobi News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.