Isoka lithathe ingane umama wayo elala nomfowabo

2016-08-17 12:38

Harare - Owesilisa unqabela umkakhe ukuba abone izingane zabo kulandela ukuphinga kwakhe nomfowabo, kubika iMyZimbabwe.

Lokhu kuvele enkantolo lapho owesimame uShylet Matoneni esola ubaba ngokumncisha ithuba lokubonana nengane.

“Wangiphoqa ukuba ngimnike ingane yami yize engakaze ahlawule ekhaya,” kusho yena.

OLUNYE UDABA:Kuthungathwa osolwa ngokubulala ishende likankosikazi

UShyelet uthi wayehlala nesoka lakhe emzini wabo kanti izinkinga zaqala lapho liya eMelika ngo-2010. Uthi abakubo kwesoka bamxosha bethi umuntu afika ngaye akasekho.

“Ngemuva kwalokho umfowabo wayeselokhu engilandela efuna ukuya name ocansi, ngangilokhu nginqaba kodwa ngobunye ubusuku wafika endlini yami wangiyenga ngaze ngavuma,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.