ISundowns idlale ngokulingana neChippa emdlalweni obuqedelwa

2017-03-01 12:41

Cape Town - IMamelodi Sundowns neChippa United babambane ngeqanda nhlangothi zombili emdlalweni we-Absa Premiership obesudlalwa okwesibili kulandela ukungapheli kwawo ngoLwesibili kusihlwa.

Lo mdlalo uqale enkundleni yezemidlalo iLoftus Versfeld ngoLwesibili kusihlwa, kodwa umdlalo kudingeke ukuthi umiswe ngomzuzu ka-42 ngenxa yokucisha kwezibani.

Umdlalo uqhubekile ngoLwesithathu ekuseni nalapho iChippa ikwazile ukubamba ngqi labo mpetha beligi ukuze ithole iphuzu elilodwa.

OLUNYE UDABA: Kumenyezelwe usuku olusha lomdlalo weSundowns neChippa

ISundowns iyona ebibonakala ize kabi yize noma igcine ihluleke yancama ukuvalela igoli enethini.

UPercy Tau kanye noFares Hachi bebelokhu beyiphela endlebeni kuChippa.

Ngakolunye uhlangothi uMenzi Masuku kanye noThapelo Morena bebebonakala beyingozi kuSundowns.

Ngemuva kwalo mdlalo iSundowns isale isendaweni yesihlanu ku-log, kanti iChippa yona isale isendaweni yesi-9.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.